Ngimkhumbuza kanjani umuntu ukuthi angibuyisele imali?
Uma umuntu eqenjini ekukweleta, i-SplitEase ingamthumelela isikhumbuzo egameni lakho.
Izinyathelo
- Vula iqembu bese uthepha Khokhelana (Settle up).
- Thola umuntu okukweletayo bese uthepha Khumbuza (Remind).
Uma esekukhokhele, thepha Maka njengokutholiwe (Mark as received) ukuze ibhalansi isuleke.
I-app ye-SplitEase ayikatholakali ngalolu limi. Amagama ezinkinobho asemabakaki yiwona ozowabona esikrinini.