Ngiyisusa kanjani i-akhawunti yami ye-SplitEase?
Ungasusa i-akhawunti yakho ku-app noma nini. Qala ukhokhelane nabanye ukuze amabhalansi akho asuleke.
Izinyathelo
- Iya ku-Iphrofayela (Profile) bese uthepha I-akhawunti (Account).
- Thepha Susa i-akhawunti (Delete Account).
- Funda umlayezo bese uthepha Yebo, susa i-akhawunti yami (Yes, delete my account).
Ukususa i-akhawunti yakho akukwazi ukuhlehliswa.
Awusakwazi ukungena? Usengasicela ukuthi siyisuse. Ikhasi lethu elithi Susa i-akhawunti yakho lichaza ukuthi kwenziwa kanjani, nokuthi kwenzekani ngedatha yakho.
I-app ye-SplitEase ayikatholakali ngalolu limi. Amagama ezinkinobho asemabakaki yiwona ozowabona esikrinini.